Lyrics

Download Music : Joyous Celebration – Umoya Kulendawo Mp3

Joyous Celebration – Umoya Kulendawo lyrics | praisebars lyrics

Joyous Celebration – Umoya Kulendawo lyrics

Ukungena kwami
Ngeke’fane nok’phuma kwam’
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo (Repeat)

Kunjani weBangcwele
Laph’ omunye efakaza?
Omunye uyaqiniswa
Kuvuswe nokholo lwakhe

Kanti kunjani weBangcwele
Laph’ omunye eshumayela?
Isoni siyabuyiswa
Sithokoze nabangcwele

Izilimi kuyahunyuswa
Siyathola nemfihlakalo
Ngay’ umoya kaJehova
Okulendawo (Repeat)

Amadimoni ayabaleka
Kuyaphiliswa nezinhlungu
Ngay’ umoya kaJehova
Okulendawo (Repeat)

Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo

SEE ALSO  Music : Joyous Celebration 22 – Wenzile

Uuuuu…..

Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo (Repeat)

Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo (Repeat x4)

Inkinga ziyoshabalala
Ubuhlungu bami buyosuswa
Ngob’ umoya kaJehova
Ukulendawo (Repeat)

Comments

Subscribe for free
join our highly esteemed fans all over the world , receive latest update in the world of Gospel Music
We respect your privacy.